UQamata Uya Kumemulo

R200,00

uQamata Uya kuMemulo uyincwadi egqugquzela ukuzazi, ukuziqhenya ngamasiko, nokubaluleka kokuhlonipha izinkolelo nezindlela ezivela kudala. Lolu Uhambo lukaQamata luzogqugquzela zonke izingane ukuthi zilandele izimpande zazo futhi ziqonde ukubaluleka kwesiko lobuZulu.

UQamata Uya kuMemulo inganekwane ethinta inhliziyo yezingane; esazisa ngohambo lukaQamata, intombazanyana eneminyaka eyisithupha, ebona futhi efunda ngomkhosi obalulekile wesintu -uMemulo. Le ncwadi igcwele imifanekiso emibalabala. Inikeza izingane ithuba lokujwayela ukugubha amasiko esintu

uQamata Uya kuMemulo uyincwadi egqugquzela ukuzazi, ukuziqhenya ngamasiko, nokubaluleka kokuhlonipha izinkolelo nezindlela ezivela kudala. Lolu Uhambo lukaQamata luzogqugquzela zonke izingane ukuthi zilandele izimpande zazo futhi ziqonde ukubaluleka kwesiko lobuZulu.

Reviews

There are no reviews yet.

Be the first to review “UQamata Uya Kumemulo”

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Scroll to Top